Ukuba umacaphuna kusale kusuke kuchazwa umuntu oyisigwili othi uma ecaphuna ephaketheni kube khona okusalayo, umuntu ohluphekayo okhala engashawanga, yena asisho ukuthi ukungumacaphuna kusale. Umuntu oyisigwili ubizwa ngenjinga, injinga ngumacaphuna kusale.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |